Sie sind auf Seite 1von 4

UHLELO LWESIFUNJWANA-ISIZULU ULIMI LWASEKHAYA

(Structure of an Individual lesson plan)

Isikole : Inhlakanipho high school Usuku:____________2017


Ibanga:11 Isikhathi: imizuzu ewu-60
Isihloko:ukuxoxa indaba Uthisha: Nksz N.N Gasa

1. Okufundiswayo: Ukulalela nokukhuluma


(ingxenye yolimi efundiswayo)

2. Izinjongo zesifunjwana: Ukulalela nokukhuluma ulimi ngokuzethemba nokulujabulela.


(lesson objectives):
Ukuthola amakhono olimi adingekayo
Ukusebenzisa ulimi ngendlela
Ukuveza nokweseka imibono.

3. Amaphuzu olwazi Abafundi bazokwazi ukuhlaziya nokukhiphipha amaphuzu


olungumhlahlandlela
abalulekile kulokhu abazobe bekulalele.
lwesifunjwana (new
knowledge learners will Bazokwazi ukuxoxa indaba ngokukhulu ukuzethemba
gain from the lesson, written
in point form):
4. Izinsizakufundisa: Incwadi yomfundi (isizulu esicwengekile esisha)
Ibhodi.

5. Isifunjwana: Imisebenzi kathisha Imisebenzi yabafundi


5.1. Isingeniso: Ezimpilweni zethu sixoxelwa abantu
noma sibaxoxele ngezinto ezisuke Ukulalela nokuqonda
ziboniwe ingabe esizizwa kwabanye konke lokhu okushiwo
abantu noma esizithola ezincwadini uthisha.
nasemaphephandabeni. Ukuveza imibono yabo
Kubalulekile ukuthi sikwazi eyahlukene kulesisifundo.
ukuxoxa indaba ngobuciko
kulesisifundo sanamhlanje
sizothuthukisa ikhono
lokulalela nokukhuluma
esiyizwe ngandlela thize
okungaba esixoxelwa
ngumuntu.
Kumele sikwazi ukuphendula
imibuzo emva kokuzwa indaba
ukuqinisekisa ukuthi siyizwe
ngempela.

5.2. Ukuqhutshwa Amasu okuxoxa indaba Ukubhala amaphuzu


kwesifunjwana:
(steps that will be Ukuxoxa indaba kuthi akufane abalulekile.
followed during the nokwethula inkulumo Ukulalelisisa ngokuqonda
lesson)
elungiselelweL, umehluko nje konke lokhu okufundiswa
ukuthi alukho ucwaningo nguthisha.
okumele ulwenze ngoba usuke Ukuthi bekwazi
uthula lokhu okwaziyo ukukhuluma nokuzigqaja
ngendlela thize okungaba nokuzethemba lapho
ukufunda, ukuxoxelwa beveza imibono yabo.
omunye.
Uma wethula indaba izwi
kumele lizwakale ezithamelini
ungasheshi futhi unganensi
Qikelela ukuthi amaphuzu
uwalandenisa ngendlela
okuyiyona ukuze izethameli
zizokuthakasela lokhu oxoxa
ngakho
Indlela yokungenisa
nokuphetha indaba yakho
ibaluleke kakhulu kulolu hlobo
lokuxoxa.
Qaphela ukuthi usebenzisa
ikhono lakho lokuxoxa
ngendlela yakho ungazami
ukulandela amazwi alowo
okuxoxelile kuphela nje
ungafaki amaphuzu angekho
endabeni.

5.3 .Isiphetho: Uthisha uzoqala phansi ebuze


abafundi mayelana nalokhu
akufundisile ukuhlola ukuthi baqonde
kahle yini.
Uthisha uzonikeza abafundi ithuba
lokubuza imibuzo.
Uthisha uzoqala phansi achaze lapho
abafundi bakhe bengaqondisisanga
khona.

6.Okokuhlola Umsebenzi: ukuzilolonga nokwethula inkulumo


isifunjwana:
Nikezanani amathuba-ke okuyixoxa ngamunye indaba emaqenjini
Abalalele babhale amaphutha alona oxoxayo ukuze alungiswe
ekugcineni.
Ukusetshenziswa kolimi: izimo zokukhuluma.
Kulesigaba esitonyulwe endabeni engenhla xoxisanani emaqenjini
enu nitomule lezizimo zokukhuluma ezibhalwe ngokugqamile bese
nisho ukuthi ziwuhlobo luni.
Phela uBashikilise lo wayeseshibilikisile. Lwalungafakwa lwalubuya
nodaka. Unina wayengamazi nokuthi uyini. Uthe noma efika emzini
wayeqhubeka lapho wayegcine khona kubo, kumyeni wakhe-ke manje,
ingakanani pho intokazi le? Ingangenyathi. Izingalo,bheka bo, izitho lzi
zisho ngezigaxakazi zezihluzu. Ukwayo ukunyathela uyazibonela nje
ukuthi, uqhuba intwala ngewisa lo muntu. Waqala uMtolo ukusebenzisa
umshiza ezama ukuqondisa izigwegwe.wayefika ntambama avulele
isibhaxu. Pho-ke induku ayiwakhi umuzi.
7. Ukuninga
ngesifunjwana
esethuliwe: (self-
reflection)
8. Igama likathisha
nokusayina:
_________________________________________

Das könnte Ihnen auch gefallen